Umayime umuthi uyathakwa neminye imithi lapho ufuna ukuvala isifo esibhubhisa umndeni ekhaya lapho abantu beshona ngenxa yomunye umuntu. Mayime Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni ukuze ubambe abathakathi. Uyangena emthini yokuvusa induku ime. Uyangena emithini ye business yokudonsa ama customer. Uyangena emithini yokususa isilwane.
wenzani umuthi umayime
Umayime uyangena kakhulu emithini. Imithi yezimpi uyangena. Imithi yamalumbo ukhona umayime. Izintelezi zokubamba umthakathi ame Egcekeni uyangena . Nasi ke esinye i special samayime umisa imishado ime kuze kube naphakade Amen . Lokho ngikuchazela uma ngikunikeza wona ngoba akusiwo umuthi ongavesane uwusho nje mayelana nokumisa umuzi nemishado unikwa umuntu owaziyo ukuthi ufunani empilweni
isibunge seshishini isibunge sesigodlo sokuletha abantu esigodlweni, noma une business lakho noma isitolo lesibunge siyasebenza kakhulu ukulanda abathengi beze esitolo sakho.Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |